Tag Archives: Anti-Pass Campaign

uPhillip Kgosana: 1936 – 20th April 2017

Philip Kgosana in London

Akuwona wonke umuntu ongazinikela abe nesiphiwo sokuhola izinkulungwane ezingaphezulu kweziyishumi zabantu emigwaqeni yedolobha elikhulu, bezibeka engozini engabehlela esandleni samaphoyisa. Lokhu kwenziwa ngumholi we-Pan Africanist Congress (PAC), uPhillip Kgosana mhla zingu30 March 1960 ngemuva kwezinsuku ezimbalwa amaphoyisa adubula abulala abantu ababebhikisha ngosuku oselwaziwa nge-Sharpville Massacre. UKgosana udlule emhlabeni namuhla eneminyaka engu 80 ubudala. Wayeneminyaka engu 23 […]