Tag Archives: Curries Fountain

I-1860 Museum neSam China Cup

Robbie Naidoo, Nithia Naidoo, Dhilosen Pillay, Farook Khan, Dr Ashwin Desai and Vinnie Sivabhadan at the opening night of the 1860 Museum

Ngo2016, i-1860 Museum yavula eChatsworth, KwaZulu-Natal. Le ndawo yokugcina amagugu, isungulwe nguMnu Dilosen Pillay kanti iyindawo yokuqala yalolu hlobo exhaswe ngabantu abazimele okuhloswe ngayo ukugcina umlando wabantu abangamaNdiya eNingizimu Afrika. Amagumbi ayisithupha ehhotela iSavera eChatsworth yiwona akha le museum, ezovuleleka emphakathini ukuba uzophakela ihlo. Igumbi ngalinye libheka kabanzi izikhathi ezithile emlandweni wamaNdiya, okubandakanya osopolitiki abadumile […]