Tag Archives: Durban Bantu Social Centre

I-Durban Bantu Social Centre yaphambilini namanje

Indlela okubukeka ngayo amadolobha iyashintsha ngendlela exakile ngokuhamba kweminyaka. Izithombe ezilenga ezindongeni zasezitolo zotshwala nasemaphaseji asemahhotela ziveza isithombe esehlukile ngendlela iTheku ebelibukeka ngayo phambilini, nokuthi indawo yaseBerea yayiyihlathi elinjani, esikhundleni sokuba yindawo yamafulethi okuhlala abantu. Kumbalwa kakhulu okungashintshile, kodwa uma ubheka izithombe zeDurban Bantu Social Centre eyavulwa ngama 1930, uyiqhathanisa nesakhiwo eyisona manje, isabonakala, hhayi […]