Tag Archives: Uhlelo lweTheku

Uhlelo lweTheku noMthetho Wotshwala Besintu

Police open fire to disperse a beer hall riot in Cato Manor

Phakathi enkabeni yeTheku endaweni entsha eyisimodeni iRivertown kukhona iRivertown Beerhall, okuyindawo yokuzijabulisa egcwala intsha engamaciko nevela ezindaweni ezingaphandle kwaleli dolobha ezozitika ngobuhle nobumnandi obutholakala kuleli dolobha. Nokho le ndawo yokucima ukoma ebukeka ikhululekile inomlando omubi walezi zindawo zotshwala ezazibizwa ngama-beerhall (oluhhohho), ezaziyingxenye yohlelo lukahulumeni wengcindezelo eThekwini “iDurban System”. Lolu wuhlelo olwandulela uMthetho Wamapasi ka-1952 olwaluyindlela […]