U-Oliver Reginald Tambo

Inyanga kaMeyi iyagujwa eNingizimu Afrika njengeNyanga ye-Afrika, kanti kulo nyaka isiqubulo  sithi, ‘Unyaka ka-O.R. UTambo:Ukwakha i-Afrika Engcono kanye neZwe eliNgcono ‘, ukuqaphela umbono wenguquko enkulu yokulwa nobandlululo, obezobe ehlanganisa iminyaka engu-100 ngo-Okthoba 2017. Ngenkathi igama lika-O.R. Tambo lisematheni kubantu abahamba ngezindiza, empeleni ukuzibophezela kwakhe ekulweleni iNingizimu Afrika ebuswa ngentando yeningi u-O.R., Njengoba ayejwayele ukubizwa , …